Funda umhlahlandlela wesicelo sokujoyina ekhasini 7 ngokucophelela, njengoba uqukethe ulwazi olubalulekile oluzokusiza ekugcwaliseni ifomu lokufaka isicelo sokujoyina ngendlela efanele.
Gcwalisa ifomu lesicelo sokujoyina ngemuva bese uqinisekisa ukuthi uwafake onke amaphepha adingekayo kanye nesisayindo sakho lapho kudingeka khona.
ngemininingwane ethe xaxa.
zokwamukela isicelo sakho.
Isicelo sakho sizobambezeleka uma ungamhlinzeki u-GEMS ngawo wonke amaphepha adingekayo.
uma isicelo sakho singeke sikwazi ukuqhutshwa, u-GEMS uzokuthinta ezinsukwini eziyi-15 zokwamukela isicelo sakho.
Qinisekisa ukuthi uhlinzeka ngawo wonke amaphepha adingekayo.
Sicela ubheke Isigaba B somhlahlandlela wesicelo ekhasini 7 ukuze uqinisekise ukuthi labo bantu ofisa ukubaqoka njengabangaphansi kwakho bayakhwalifaya yini.
Abafaki zicelo abasebenzayo: Sicela ubonise uholo wakho ngenyanga. uma usezingeni lokuphatha eliphakathi nendawo noma eliphezulu, sicela ubonise iphekheji yakho yenyanga ingakabanjwa. Faka isiliphu somholo sakamuva noma incwadi esho ukuthi uqashiwe uma ungumsebenzi omusha.
Abafaki zicelo abahola impesheni: Sicela ubonise umholo wakho wempesheni ngenyanga.
Uma kunjalo, ngabe uyilunga elikhulu noma ungaphansi kwelunga?
Uma uyilunga/ungaphansi kwelunga, sicela ufake isitifiketi sakho sobulunga se-medical scheme endala esiqinisekisa usuku lokugcina (amakhadi obulunga awanele). Kufanele uqinisekise ukuthi ubulunga bakho kwi-medical scheme yakudala busuliwe.
Iminikelo yanyangazonke yabasebenzi ithathwa nge-othomathikhi emiholweni yabo lapho kufanele.
Uma ukhetha ukukhokha ngedebhithi oda kudingeka ugcwalise Imininingwane Yebhange Lelunga ngezansi (Isigaba H).
Imininingwane ye-akhawunti yebhange: Idingeka ukuze kufakwe imali ebuyiswayo yelunga, futhi kuthathwe imali okufanele ikhokhelwe i-Scheme.
Abaphathi bosizo lwezempilo ngolwazi, bangazisho, okudingeka ngezinhloso zokubhaliswa nokubalwa, uma lolo lwazi luthathwa njengoluyimfihlo zikhathi zonke.
Kubalulekile ukunika i-GEMS noma abasebenzi bakhe imvume yakho yokuxoxisana nodokotela wakho, isibhedlela noma isiphi isikhungo esihlinzeka ngokunakekelwa kwezempilo ukuze uqinisekise ukuthi uthola ukunakekelwa okugculisayo.
E Okuqukethwe kuleli fomu kuliqiniso, kulungile futhi kuphelele. Uma kwenzeka kuba nezinto engingazisho noma izinto ezingamelekanga kahle, ngiyazi ukuthi ubulunga bami bunganqanyulwa futhi kungadingeka ukuthi ngibuyisele i-Scheme imali, ngokusebenzisa kabi kanjalo inzuzo ye-Scheme, ebingeke ize ikhokhwe egameni lami, kuye ngezinqubo zokuzikhalela.
E Ngizikhethele lokho engikukhethile futhi ngizanelisile ngesimo senzuzo ngaphansi kwalokhu engikukhethile.
E Ngiyavuma ukuzijwayeza nemithetho ye-Scheme.
E Izindlalifa zami, ngaphandle kwalowo engiganene naye/uphathina wami, zithembele kimina ngokuphelele noma ngokuyingxenye ngendlela yokuthi abawutholi umholo wonyaka ongaphezu kowempesheni kahulumeni noma abaqashiwe ngokugcwele ngosuku lokusayina leli fomu.
E Ngiyazi ukuthi imininingwane yami nolwazi lwezokwelashwa (olutholwe kubanikezeli bosizo lwezempilo ngemvume yami) kufanele igcinwe iyimfihlo.
E Ngiyazi ukuthi impilo yami eyimfihlo neyabangaphansi kwami nolwazi oluqondene nami kungasetshenziswa ngezinhloso zocwaningo, zedatha yezibalo, unakekelo olusingethwe kanye nezinhloso zemibiko kanti ukuchezuka kulokhu kusho ukuphulwa kobumfihlo.
E Ngiyazi ukuthi uma u-GEMS efisa ukusebenzisa ulwazi oluyimfihlo lwami noma lwabangaphansi kwami ngezinhloso okungesizo ezibhalwe kulesi sivumo, u-GEMS kudingeka athole enye imvume kimina nakwabangaphansi kwami.
E Ngiyazi ukuthi ulwazi oluqondene nami noluphathelene nempilo yami ngeke lusetshenziswe ngezinhloso ezihlobone nebhizinisi noma ludayiswe ngezinhloso zebhizinisi.
E Ngiyazi ukuthi u-GEMS unike abantu abathile abasenkampanini kanye nabantu besithathu abakwinkontileka naye ilungelo olwazini oluqondene namalunga nakulolo oluphathelene nempilo yabo.
E Ngiyazi ukuthi u-GEMS kanye nabantu besithathu abakwinkontileka naye bayosebenzisa ulwazi lokwelapha/lwezempilo/lokutholwa kwesifo/lokuhlinza oluhlinzekiwe ngezinhloso ezilandelayo - ukuqhuba ifomu lesicelo sobulunga, ukuhlawulwa kwamakleyimu, ukuthola ukuthi ilunga linelungelo elingakanani ezinzuzweni kanye nendlela yokusingatha ubungozi.
E Ngiyazi ukuthi u-GEMS ungene ezivumelwaneni eziyimfihlo nabo bonke abantu besithathu abakwinkontileka naye abanelungelo lokuthola ulwazi lwezindlalifa ngenhloso yokudlulisa idatha nokusingatha, ukuphatha isikimu nezinhlelo zonakekelo olusingethwe.
E Ngiyosazisa i-Scheme oshintshweni empilweni yami nayabangaphansi kwami noma isimo esiqondene nathi, njengoba kudingwa imithetho ye-Scheme, ezinsukwini ezingama 30 yenzekile inguquko.
E Ngoyokwazisa u-GEMS okungenani amahora angama 48 ngaphambi kwesimo esingaphuthumi sokulaliswa esibhedlela. Ngiyazi ukuthi ukuhluleka ukwenza njalo kuyodala ukuthi ingxenye ethile yemali ekhokhwayo iphume kimina.
E Imithetho ngaso sonke isikhathi iyohlala isebenza futhi ngiyavuma ukuthi izincwadi, izincwadi zezindaba zangaphakathi nezincwajana akngeni esikhundleni semithetho ye-scheme.
E Ulwazi lwelunga (ulwazi oluqondene nalo nolwempilo) ngeke lusetshenziselwe izinhloso eziphathelene nebhizinisi noma ludayiselwe izinhloso zebhizinisi.
E Kunezindlela zokugada ulwazi ezikhona.
E I-Scheme nabantu besithathu abakwinkontileka bayosebenzisa ulwazi lokwelapha/lwezempilo/lokutholwa kwesifo/lokuhlinza oluhlinzekiwe ngezinhloso ezilandelayo - ukuqhuba ifomu lesicelo sobulunga, ukuhlawulwa kwamakleyimu, ukuthola ukuthi ilunga linelungelo elingakanani ezinzuzweni kanye nendlela yokusingatha ubungozi.
Sicela ungawulethi lo mhlahlandlela nefomu lakho eligcwalisiwe.
Ikhophi ye-ID yelunga elikhulu.
Isiliphu somholo sakamuva/incwadi yokuqashwa.
Amafomu e-M2 nawe-Z583, uma uhola impesheni/noma wawungumsebenzi kahulumeni.
Kuphoqelekile ukugcwalisa lonke ulwazi eSigabeni A, lapho kudingeka khona.
Abahola impesheni: Sicela nihlinzeke ngenamba yenu yeMpesheni etholakala ezincwadini enibhalelwa zona noma kwiSitifiketi seMpesheni esivela kwi-National Treasury.
Sicela ubonise igama nekhodi lenkampani yakho oyisebenzela manje. Ikhodi lenkampani lingatholakala kwisiliphu sakho somholo, uma uyisisebenzi sakwahulumeni.
Sicela ugcwalise imininingwane yabangaphansi kwakho eSigabeni B seFomu lesicelo.
Abekho abangaphansi kwakho ngaphandle kwalaba ababhalwe etafuleni elingezansi abafaneleke ukuthola ubulunga.
Afidavithi efungelwe eqinisekisa ukuthi uphathina wakho uncike kwilunga ngakwezezimali.
Isigaba songaphansi kwakho esigcwalisiwe kwifomu lesicelo. Qaphela: Uma isibongo sengane sihlukile kweselunga, i-afidavithi eqinisekisa ilungelo lengane nenesizathu sokuhluka kwezibongo iyadingeka.
Isigaba songaphansi kwakho esigcwalisiwe kwifomu lesicelo, ne uma ingane ingumfundi: ubufakazi bokubhalisa ngokuphelele esikhungweni sezemfundo -ephakeme eyaziwayo ne I-afidavithi evela kwilunga eqinisekisa ukuba ngaphansi kwakhe -ngakwezezimali uma ingane ikhubazekile ngokomqondo noma ngokomzimba: Ubufakazi bokukhubazeka obuvela kudokotela (Umbiko wokuhlolwa -kufanele ugcwaliswe uDokotela) neI-afidavithi evela kwilunga eqinisekisa ukuba ngaphansi kwakhe -ngakwezezimali.
uma ingane ingesiye umfundi noma ingakhubazekile: I-afidavithi evela kwilunga eqinisekisa ukuthi ingane ingaphansi kwalo -ilunga ngakwezezimali. Yazi: Uma isibongo sengane sihlukile kweselunga, i-afidavithi eqinisekisa ilungelo lengane nenesizathu sokuhluka kwezibongo iyadingeka.
Afidavithi efungelwe eqinisekisa ukuthi umzukulu wakho uncike kwilunga ngakwezezimali.
Afidavithi efungelwe eqinisekisa ukuthi ozalwa naye uncike kuwe ngakwezezimali. (I-afidavithi efungelwe kufanele igcwaliswe yilunga)Qaphela: Ozalwa nabo kuphela njengelunga elikhulu abangabhaliswa njengezindlalifa.
Afidavithi efungelwe eqinisekisa ukuthi abashana bancike kuwe njengelunga ngakwezezimali. (I-afidavithi efungelwe kufanele igcwaliswe yilunga nalabo ozalwa nabo, lapho kudingeka khona). Qaphela: Izingane kuphela zozalwa nabo njengelunga elikhulu ezingabhaliswa njengezindlalifa.
E Uma kufanele ulethe i-afidavithi kudingeka uye esiteshini samaphoyisa sangakini noma uye kumuntu ogunyazwe njengekhomishina yezifungo ukuze akufakazele ukuthi ulwazi oluhlinzeka ku-GEMS luyiqiniso futhi lulungile.
E Thatha ifomu "Lombiko wokuhlolwa obhalwe udokotela (Wokukhubazeka)" uliyise kudokotela ofanele bese umcela akugcwalisele lona. Imali yokubona udokotela iyokhavwa kweyenzuzo yokubona i-GP kumalunga abhalisiwe. Amalunga angakabhalisi kudingeka azikhavele izindleko zokuhambisa ifomu kudokotela ngokuzikhokhelela.
E Sicela ukhethe ngokucophelela, njengoba ungeke ukwazi ukushintsha okukhethile phakathi nonyaka ngaphandle kwemvume yabaphathi (Board of Trustees).E Izinzuzo zakho zangaphandle kwesibhedlela kanye nezinye zizobalwa ngokosuku ojoyine ngalo uma ungangenanga ngomhlaka 1 ku Januwari. Lokhu kusho ukuthi imikhawulo yenzuzo yakho iyobalwa ngokwesikhathi sobulunga esisele onyakeni kusukela osukwini ojoyine ngalo. E uyokwazi ukushintsha okukhethile ekupheleni konyaka bese kuqala ngosuku lokuqala lonyaka olandelayo.
Kufanele ubonise usuku ofisa ukujoyina ngalo u-GEMS eSigabeni D seFomu lesicelo.
E usuku ongene ngalo kufanele kube usuku lokuqala enyangeni.
E uma kungenzeka, qinisekisa ukuthi usuku ongena ngalo ku-GEMS kulandelwa ngqo usuku lokusula kwi-medical scheme yakho endala, njengoba ukunqamuka kobulunga kungaba nomthelela omubi kwisabsidi yomqashi.
E uma lungekho usuku olufakiwe, usuku lwakho lokubhalisa luyofakwa nge-othomathikhi kube usuku lokuqala lwenyanga elandelayo ukuze kungadaleki izikweletu. E uma usuku lokujoyina olukhethile ludala izikweletu, leso sikweletu siyothathwa emholweni noma kwi-akhawunti yakho yasebhange (lapho kudingeka khona).E Kulabo abangabasebenzi abasha, usuku lwakho lokubhaliswa ngeke lube ngaphambi kosuku lwakho lokuqashwa.
Abafaki zicelo abasebenzayo: Sicela ubonise uholo wakho ngenyanga. uma usezingeni lokuphatha eliphakathi nendawo noma eliphezulu, sicela ubonise iphekheji yakho yenyanga ingakabanjwa. Faka isiliphu somholo sakamuva noma incwadi esho ukuthi uqashiwe uma ungumsebenzi omusha.
Sicela ufake isitifiketi sobulunga esinosuku lokugcina kwi-medical scheme yakho endala.
E umthetho uthi wena kanye nabangaphansi kwakho ngeke nikwazi ukubhaliswa kuma-medical schemes amabili ngesikhathi esifanayo.
E Sicela wazi ukuthi uma isitifiketi sakho sobulunga singaluvezi usuku lokugcina, ngeke sikwazi ukusisebenzisa. Khumbula ukugcwalisa bese uhambisa incwadi yokunqamula ubulunga ukusula ubulunga bakho kwi-medical scheme endala, uma ungakakwenzi lokhu.
E Uma ungakwazi ukuthola isitifiketi sobulunga, siyokwamukela incwadi yokunqamula ubulunga esencwadini enobufakazi baleyo-medical scheme, njengobufakazi bokuyeka. E uma uhlangabezana nobunzima ekunqamuleni ukubanjwa kwemali yi-medical scheme yakho endala emholweni wakho, sicela ucele Isisebenzi sakwa-HR ukuthi sikunqamulele, uma kungenjalo u-GEMS ngeke akwazi ukubamba imali emholweni wakho.
Sicela uqinisekise ukuthi ufunda lesi sigaba ngokucophelela ngaphambi kokusayina lesi sigaba kwifomu lakho lesicelo.
Sicela wazi: Ifomu lakho lesicelo ngeke liqhutshwe ngaphandle kwesisayindo sakho.
u-GEMS uhlinzeka ngezinzuzo zemithi yezifo ezingapheli kuwo wonke amalunga. ukuze ukwazi ukuthola imithi yezifo ezingapheli kufanele ubhalise ohlelweni lwemithi yezifo ezingapheli, emva kokuthola isaziso sokuthi iyilunga elibhalisiwe lakwa-GEMS.
Imithi ebizayo yesikhathi esifishane ezovimba okunye ukwelashwa okubizayo; njengokulaliswa esibhedlela.
bese ethola igunya lemithi yakho yesifo esingapheli.
Ithimba lemithi liyobuyekeza imininingwane yakho uma kudingeka lixhumane nodokotela wakho ngocingo noma ngencwadi ebhaliwe ukuze likhethe imithi efanele nengabizi kakhulu. uyothunyelwa i-SMS eyobe ichaza isimo sesicelo sakho (ukwamukelwa nokuvunywa kwaso). Ukuqhuntshwa kwesicelo sakho kuyothatha cishe izinsuku eziyisikhombisa zomsebenzi.
E Ifomu lesicelo lezifo ezingapheli eliseceleni kufanele ligcwaliselwe ilunga ngalinye lomndeni elidinga imithi yezifo ezingapheli. E Gcina ikhophi yefomu eligcwalisiwe ukuzivikela.E Faka amaphepha okuhlolwa asekela lokho/uphenyo olukhethekile nezincwadi ezisaphothayo njengoba kudingeka ukuvimbela ukubambezeleka ekuqhutshweni kwesicelo sakho.
Uma isicelo sakho sesivunyiwe uyothola incwadi yegunya ebhalwe imithi ezokhokhelwa yi-Chronic Medicine Benefit yakho. Incwadi izobonisa futhi ukuthi iyiphi imithi ikwi-Medicine Price List (MPL) evunyelwe naleyo mithi ezodonsa ukhokha ngokubambisana okungekho emthethweni. Ezinye izindlela, ezingeke zidonse ukhokha ngokubambisana okusemthethweni zikhona. Sicela uxoxisane nodokotela wakho okubhalela imithi mayelana nokusetshenziswa kweminye imikhiqizo uma ufuna ukugwema ukukhokha ngokubambisana. uma imithi egunyaziwe ihlukile kunaleyo eceliwe, incwadi echazayo iyofakwa kanye nencwadi yegunya kanti nekhophi iyothunyelwa udokotela ubhala imithi edingekayo.
uma isicelo sakho sinqathwa, uyothunyelwa incwadi bese kuthi udokotela wakho okubhalela imithi athunyelwe ikhophi. uma kudingeka olunye ulwazi ngemithi, isicelo sakho siyobhekwa kabusha uma lonke ulwazi olufanele oluvela kudokotela wakho selutholiwe. Udokotela wakho angashayela ku 0860 100 608 uma edinga usizo.
uma sekuqhuntshwa ifomu lakho lesicelo, uyothola i-SMS ukuqinisekisa ukwamukelwa kwesicelo sakho. uyokwaziswa ngokufanele uma kukhona amanye amaphepha adingekayo ukugcwalisa ukubhaliswa kwesicelo sakho.
uma sekuqediwe ukubhaliswa kwefomu lakho lesicelo, iphekhi yelunga enamakhadi akho obulunga kanye nomhlahlandlela welunga ophelele kuyoposelwa ekhelini lakho leposi.
